Sabelo Mthembu Lyrics
"Dreaming In Cairo"

4.7 / 5
3 reviewers
Do you like this song?
(click stars to rate)
save!
my lyricsbox
Ngeke ngalibala ngomhla sidibana
Mina ngak'thembisa mhla sivumelana
Ngafung' ukuk'nika wonke umhlaba wam'
Ngaze ngayilahla yonk' imikhuba yam'

Ngiyaxolisa ukuk'nik' impilo yam'

Ngiyawakhumbula wonke amagama
Esawabelana mhlasiqabukana

Ngiyaxolisa ukuk'nik' impilo yam'

Ngeke ngalibala ukumamatheka kwakho
Intomb' emnene, cha kaze kwalaphi na