Nomcebo Zikode Lyrics
"Indlela"

4.3 / 5
28 reviewers
Do you like this song?
(click stars to rate)
save!
my lyricsbox
Bath' indlel' ibuzwa kwabaphambili
Kwabaphambili ngibuzil' indlela
Bath' indlel' ibuzwa kwabaphambili
Kwabaphambili ngibuzil' indlela
Kodwa ngaqhubeka ngalimala
Kodwa ngaqhubeka ngalimala

Ngiyaz' angiyezanga kahle
Kepha ngicel' ithuba lokugcina
Mina ngiyaz' angiyezanga kahle
Kepha ngicel' ithuba lokugcina
Mina ngiyaz' angiyezanga kahle
Kepha ngicel' ithuba lokugcina

Oh, anginakh' okwaneleyo
Kepha ngiyathembisa ngizokunika qolo lwami
Anginakh' okwaneleyo
Baba ngicel' ithuba lokugcina

No no no, no no no
No no no, no no no
No no no, no no no
No no no, no no no

Bath' indlel' ibuzwa kwabaphambili
Kwabaphambili ngibuzil' indlela
Bath' indlel' ibuzwa kwabaphambili
Kwabaphambili ngibuzil' indlela
Kodwa ngaqhubeka ngalimala
Kodwa ngaqhubeka ngalimala

Ngiyaz' angiyezanga kahle
Kepha ngicel' ithuba lokugcina
Mina ngiyaz' angiyezanga kahle
Kepha ngicel' ithuba lokugcina
Mina ngiyaz' angiyezanga kahle
Kepha ngicel' ithuba lokugcina

Oh yeah oh yеah
Oh yeah oh yeah
Oh yeah oh yеah
Oh yeah oh yeah

Ithuba lokugcina
Yeb' ithuba lokugcina
Ithuba lokugcina
Yeb' ithuba lokugcina
Yeb' ithuba lokugcina