Bongo Beats feat. Lwah Ndlunkulu and Khethi Lyrics
"Ngikhathazekile"

4.1 / 5
27 reviewers
Do you like this song?
(click stars to rate)
save!
my lyricsbox
Emoyeni wami emoyeni wami
Emoyeni wami ngifun' ukuphila emoyeni wam

Mhh Mhh mmh
Ngivuke ngikhathazekile ngikhathazekile
Ngifun' ukuphila emoyeni wam
Ngivuke ngikhathazekile ngikhathazekile
Ngifun' ukuphila emoyeni wam

Emoyeni wami emoyeni wami
Emoyeni wami ngifun' ukuphila emoyeni wam

Noma ngabe kunzima kanjani
Noma ngabe kub'hlungu kanjani
Ungithatha la angibeke la
Unobubele nam

Noma ngabe kunzima kanjani
Noma ngabe kub'hlungu kanjani
(Ungithatha la angibeke la)
(Unobubele nam)

Angikaze ngaluthol' uthando olungaka
Luvela kuye umdali
Unginik' impilo njalo yeheni bo

Uhlezi unami kuzo nsuku zonke
Asoze ngadeda kuwe
Unginik' impilo njalo yeheni bo

Ngivuke ngikhathazekile ngikhathazekile
Ngifun' ukuphila emoyeni wam
Ngivuke ngikhathazekile ngikhathazekile
Ngifun' ukuphila emoyeni wam

Emoyeni wami emoyeni wami
Ngifun' ukuphila emoyeni wam

Noma ngabe kunzima kanjani
Noma ngabe kub'hlungu kanjani
Ungithatha la angibeke la
Unobubele nam

Noma ngabe kunzima kanjani
Noma ngabe kub'hlungu kanjani
(Ungithatha la angibeke la)
(Unobubele nam)