Azana feat. Sino Msolo Lyrics
"Umaqondana"

4.3 / 5
11 reviewers
Do you like this song?
(click stars to rate)
save!
my lyricsbox
Ngiyehla ngiyenyuka angimuthol' umaqondana
Izinsuku ziyedlula angisithol' isithandwa sami
Bayabuza abalutholile uthando, abathi sofa silahlane
Bayabuza abalutholile uthando, abathi nal'ubambo lwami

Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
Angimuthol'umaqondana
Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
Angimuthol'umaqondana

Kuvele kube mnyama, mese kusekuzokhanya
Noma kusesemnyama, ngiyethemba kuzokhanya
Kuvele kube mnyama, mese kusekuzokhanya
Noma kusesemnyama, ngiyethemba kuzokhanya

Ngithi ngishona ngala, ngithi ngishona ngale
Angimthol'umaqondana
Ngithi ngishona ngala, ngithi ngishona ngale
Angimthol'umaqondana
Ngithi ngishona ngala, ngithi ngishona ngale
Angimthol'umaqondana
Ngithi ngishona ngala, ngithi ngishona ngale
Angimthol'umaqondana

Andifumani usofasilahlane wani (sofa silahlane wani)
Andisfumani is'thandwa senhliziyo yami (inhliziyo yam yam)
Kaz'ba uphi yena, yen'ozovuyisana name
Kaz'bushonephi naye na ozohlekisana nam'
Oh nam' ndithini weh

Kuvele kube mnyama, mese kusekuzokhanya
Noma kusesemnyama, ngiyethemba kuzokhanya
Kuvele kube mnyama, mese kusekuzokhanya
Noma kusesemnyama, ngiyethemba kuzokhanya

Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
Angimuthol'umaqondana
Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
Angimuthol'umaqondana
Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
Angimuthol'umaqondana
Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
Angimuthol'umaqondana

Maqondana wam
Ushonephi nah? Ayy
Maqondana wam
Ushonephi nah? Ayy
Maqondana wam
Ushonephi nah? Ayy
Maqondana wam
Ushonephi nah? Ayy