Mzwakhe Mbuli Lyrics
"God Bless Africa"

4.4 / 5
84 reviewers
Do you like this song?
(click stars to rate)
save!
my lyricsbox
God bless Africa lyrics Mzwakhe Mbuli

Our land and sea, Our land and sea
God bless Africa for the sons and daughters
Thy will be done, Thy will be done
God bless Africa for the sons and daughters
UJehovah walithanda izwe kangaka, waze wanikela nge indodana yake ezelwe yodwa
Ukuba yilo nalo okholwa yiyo angabhubhi khepha abenokuphila okunaphakade
For God so loved the world that he gave his only begotten son that whoever
Believes in Him should never die but have eternal life.
Wathi uJesu sekubona isixuku wenyukela entabeni wabafundisa wathi
Babusisiwe abampofu emoyeni ngokuba umbuso wezulu ungowabo
Babusisiwe abakhalayo ngokuba bayakududuzwa
Babusisiwe abamnene ngokuba bayakudla ifa lomhlaba
Babusisiwe abalambele labomele ukulunga ngokuba bayakusuthiswa
Babusisiwe abanenhliziyo ehlanzekhileyo ngokuba bayakumbona uNkulunkulu
Babusisiwe abantu abalamulayo ngokuba kuyatshiwo ngabantwana bakaNkulunkulu
Babusisiwe abazingelwa ngenxa yokulunga ngokuba umbuso wezulu ungowabo,
Nibusisiwe nxabenithuka benizingela beqamba amanga ngenxa yami
Jabulani ngokuba umvuzo wenu m'khulu ezulwini
lina ningusawothi womhlaba, lina
niyikukhanya kwezwe
God bless Africa for the sons and daughters
Thy will be done, Thy will be done
God bless Africa for the sons and daughters
Lingamangali bazalwani uma izwe linizonda
Masingathandi ngezwi nangolimi
Kodwa ngezenzo nangeqiniso
Yonke im'bhalo iphefumlwelwe ngoNkulunkulu
Ilungele ukufundisa, ilungele ukusola
Ilungele ukuqondisa, ilungele ukuyala ekulungeni
U Paulo wathi kuTimothi, Noma ngangingo hlambalazayo
Noma ngangi ngozingela amakholwa
Noma ngangi ngohluphayo
Kodwa ngahawukelwa, ngathola umusa
Ngathethelelwa , ngangikwenza konke lokhu ngokungazi, nokungakholwa
Blessed is the man who makes the lord his trust
Ubusisiwe omuntu obeka ithemba lakhe kuJehovah
Our land and seas, Our land and seas
God bless Africa for the sons and daughters
The word of God is profitable for teaching, for reproof,
For correction, for training in righteousness
That the man of God may be complete, equipped for every good work.
Umasithi asina sono siyazikohlisa, futhi neqiniso alikho kithi,
Umasivuma izono zethu uthembekhile, uJesu uthembekile
Umasivuma izonozethu, ulungile ukuba asithethelele izono,
Asihlambulule kube konke ukulunga kwethu,
Yonke inyama injengo tshani, bonke ubukhosi bunjenge mbali
Utshani buya buna, imbali iyabhuthuluka khepha izwi lika Jehovah limikhuze kube phakade,
the grass withers and the flower falls but the word of God Abides forever.
Our land and sea, our land and sea
God bless Africa for the sons and daughters
Thy will be done, thy will be done
God bless Africa for the sons and daughters

Lyrics compiled by Nonhlanhla Marodze, Busisiwe khumalo and Clive Jabangwe on 13-06-2016
This song is from the album "Umzwakhe Ubonga Ujehova" and "Born Free But Always In Chains".